Nkosazana Daugther

Kuwe

Nkosazana Daugther


Wanitwa mos
Kwaduma inhliziyo okwe zulu
Kwajabula uzulu
Wena mama umuhle nase mini
Nase busuku
Bo gogo nabo mkhulu
Yena ngizomthatha, ngizomthatha ngempela
Bo gogo nabo mkhulu
Yena ngizomthatha, ngizomthatha ngempela
(Ngempela thatha ngempela)

Uthando lwami likuwe
Nhliziyo yami ikuwe
Njabulo yam ngiyisusela kuwe ah
Uthando lwami likuwe
Nhliziyo yami ikuwe
Njabulo yam ngiyisusela kuwe ah

O bitsa mang? nna?
Akebatle? o nkisa kae shopping
Akebatle?
O bitsa mang? nna?
Akebatle? o nkisa kae shopping
Akebatle?
O bitsa mang? nna?
Akebatle? o nkisa kae shopping
Akebatle?

Uthando lwami likuwe
Nhliziyo yami ikuwe
Njabulo yam ngiyisusela kuwe ah
Bathi khetha omthandayo
Mina ngikhetha wena lovey ah
Mina mangi nawe ngiphelelwe amazwi ah ah ah
Wayishintsha impilo yam
Wayishintsha impilo yam
Wayishintsha impilo yam

Uthando lwami likuwe
Nhliziyo yami ikuwe
Njabulo yam ngiyisusela kuwe ahhaa
Uthando lwami likuwe
Nhliziyo yami ikuwe
Njabulo yam ngiyisusela kuwe ah
O bitsa mang? nna?
Akebatle? o nkisa kae shopping
Akebatle?
O bitsa mang? nna?
Akebatle? o nkisa kae shopping
Akebatle?
O bitsa mang? nna?
Akebatle? o nkisa kae shopping
Akebatle?

Encontrou algum erro na letra? Por favor, envie uma correção >

Compartilhe
esta música

Ouça estações relacionadas a Nkosazana Daugther no Vagalume.FM
ESTAÇÕES